Home

Welcome to our shop!

My Cart:

0 item(s) - R 0.00
You have no items in your shopping cart.

0

IsiZulu Sethu : Ibanga 8 : Incwadi Yokufunda

IsiZulu Sethu : Ibanga 8 : Incwadi Yokufunda

Availability: In stock

Stock on hand is determined by the sum of all branches across the country.
Stock availability does not reflect that of any one specific branch.

R 77.20

Quick Overview

lsiZulu (Zulu) Sethu siwuchungechunge (series) lwezincwadi ezihlelelwe amabanga 7, 8 no 9. Zintathu izincwadi kulelo nalelo banga: lncwadi yoMfundi, incwadi Yokufunda nencwadi kaThisha. Zontathu lezi zincwadi zibhalwe zahambisana nesiTatimende sikaZwelonke senQubo mgomo yokuFunda nokuHlola (CAPS).
OR

Details

lsiZulu (Zulu) Sethu siwuchungechunge (series) lwezincwadi ezihlelelwe amabanga 7, 8 no 9. Zintathu izincwadi kulelo nalelo banga: lncwadi yoMfundi, incwadi Yokufunda nencwadi kaThisha. Zontathu lezi zincwadi zibhalwe zahambisana nesiTatimende sikaZwelonke senQubo mgomo yokuFunda nokuHlola (CAPS). Nakuba lezi kuyizincwadi zolimi, kepha zibhalwe ngendlela yokuba zisabalalele nakwezinye izifundo nemikhakha eyehlukene ethinta impilo yomfundi. Ngaleyo ndlela umfundi akagcini nje ngokuzuza amakhono olimi kodwa uzuza namanye amakhono amaningi ayomenza ukuba akwazi ukuziphilisa futhi aphilisane kahle nabanye abantu. Kuningi othisha nabo abazokuzuza kweyabo. Bafakelwe konke okufanele bakwazi ngenqubo mgomo yesiTatimende sikaZwelonke yokuFunda nokuHlola (CAPS). Ukuhlola kufakiwe, amarubhrikhi okumaka nesibonelo sokurekhoda nokubika ngentuthuko yomfundi. Kukhona ngisho nohlelo lomsebenzi wonyaka wonke (Work Schedule) nesibonelo sokulungiselela isifundo (Lesson Plan), esihambisana nohlaka uthisha angalusebenzisa esenza amalungiselelo esifundo. Uthisha lapha angasilandela lesi sibonelo noma azenzele naye ngamanye amaphuzu uma ebona.

Additional Information

SKU 9781920605612
Grade 8
Subject isiZulu
Language Other
Level N/A
Publisher Shuter & Shooter (Pty) Ltd

Protea Boekwinkel will be trading
from Monday 4 May 2020, find out more here.